Mthembu,Tembe, Mabuza
-
Mangibonge kuMthembu akucacisile ngenhla, uTembe, igama elenziwe isibongo, abanye sebenza okungathi isizwe, njengoZulu igama elenziwa laba isizwe, lokhu kungenxa yokuthi iNkosi esuke ibusa inamandla angakanani ukuguqula izinto, Laba oTembe(Makhasane) bazalwa uMabhudu wesibili, kukhona uMabhudu wokuqala, lona owayebizwa ukuthi uLuBombo, njengoba sinezintaba namhlanje ezithiwa ,iLeBombo mtn, mazifika eKZN zithiwe, uBombo,zibuye ziguqukeke kuya ngendawo zithiwe iLipompo, LeNkosi inkulu, yasuka noMalandela enhla nezwe, inamandla okuzingela izindlovu, nobhejane nezimvubu,nezinye izinyamazane, befor 17 century, yase izala uMthonga owabusa kusuka, endaweni ebiza impumalanga, owazala yena uSabi,Suthu, uma wazi kukhona umfula obizwa Sabi river,omunye uSuthu. lonake uMabuza, umfowabo omcane ka Madinga benoTembe, bona banikwa indawo yaseMseleni, oMadinga(Mthembu)indawo yabo yanikwa, oNgwanase Tembe, ngenxa yokuhlonipha ukuthi umnewabo omkhulu, ebalekela amaPutukezi, wahla esihlalweini, sikaMadinga, endaweni eseyibiza ukuthi kukwangwanase, ukuyindawo kuqala uyayibizwa ngeMaputaland, okusho ukuthi Mabhudu behluleka uku pronouncer kahle, oMabuza bazibiza ngoMabuza ngoba bengafuni bona ukubizwa ngoTembe, okuyigama lomfowabo omdala, bangoMabuza, abakwaZinyane leNdlovu, ziyabhukuda ezikaMlamulankunzi, kungakho kukhona indawo okuthiwa kukwaMlamula,
Bayede Mabhudu, osekuthiwa aMathonga Nguni.Phekulazikhuni, Mabuza asabele. 16 Apr 2009, 10:28 - Report
Learning Zulu
- Zulu
- zulu
- Zulu
- can not understand
- south africa
- hey
- clan names..... izithakazelo
- Universities in SA
- izihlobo
- reply
- MHLONGO
- Izihlobo
- Mhlongo
- clan names..... izithakazelo
- izithakazelo
- MBONA
- Zondi
- IZITHAKAZELO
- HI
- Jwaha
- IZITHAKAZELO
- Izithakazelo
- my reply
- myeza
- myeza
- help a sister
- help a sister
- ISIZULU
- izithakazelo
- izithakazelo
- reply
- new reply
- Isithakazelo
- Izithakazelo zakwaZulu
- Tembe, Mthembu
- interested in learning Zulu
- Dlamini
- Sthandwa sami ungakhali
- Mbatha and Mthembu
- Mhlongo
- myeza
- Mhlongo
- Mthembu,Tembe, Mabuza
- sanibonani
- please send me isithakazelo sakwa ngwenya
- please send me isithakazelo sakwa ngwenya
- Izithakazelo zakwaMabaso
- Msomi
- isizulu
- Mabaso